Tembe, Mthembu

  • Ngokwazi kwami uTembe indodana ka Mabhudu inkosi, inobukhosi kusukela kuleli elibizwa ngemozambique, kuze kufike e St Lucia, ngokuxabana kwabelungu British and Portugees, the land was divide abanye bathiwa bakwazulu abanye emozambique, UMabhudu wayenamadodana amabili enye uTembe enye Madinga obizwa ngoMthembu ngenxa yokubaleka lonaomdala wathatha umbuso kaMthembu uMadinga wase ethi UTembe, labantu abafowabo mabewelela eMozambique to trade toget better deals bazibiza ngegama lomfowabo omhkulu uTembe nalaba mabewelela kumbuso kaMadinga(Mthembu) bazibiza ngoMthembu, isithakazelo sikaMthembu uNdaba nesakwaTembe uNdaba Jama, kaMnisi, iNgonyama, kusho oMthembu, otembe bathi Ngolanyama okuthi ngonyama, umvelase uyingane kamthembu, bahamba phakathinezwe base belwa nezizwe ezinye ezincane bakhulisa umbso wabo kwazalwa oMvelase noNgozo no Qhudeni kwanabela nasemaxhoseni, noMkhulisi, sonke singabakwa Mabhudu inkosi yethi eyathathelwa ubukhosi ngabamhlophe banikwa uZulu, singabenguni nathi.

    Bongani Mshokobezi Mthembu Tembe 15 Apr 2009, 12:51 - Report
These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.

Learning Zulu

These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.